URihanna ukhiphe iculo noChris Brown

2012-11-07 07:34
Yabelani Shicilela

Los Angeles - Umzwilili waphesheya uRihanna usedalule iculo alenze ngokuhlanganyela nalowo ayethandana naye uChris Brown elisihloko sithi Nobodies Business, ngemuva kweminyaka emithathu amubophela ukumshaya.

Leli culo liyingxenye ye-albhamu esazophuma kaRihanna ethi Unapologetic, neza ngemuva kokuhlawumbisela okuningi ukuthi laba bobabili babuyelene njengoba sebebonakale ezindaweni eziningi bendawonye.

Yize uRihanna, 24, engathi vu ngobudlelwano babo noBrown, 23, lo mculi weTurn Up The Music wabonakala ephathini yeHalloween kaRihanna.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe umfowabo kaZahara

2014-04-15 10:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 13-23°C Passing showers. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 9-18°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 10-21°C Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 16-19°C Passing showers. Morning clouds. Cool. PE: 11-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...