ULionel Richie uzikhisimuse ngezimoto

2012-12-27 10:26

New York - ULionel Richie uzithengele izimoto zohlobo lweMercedes eziyisikhombisa njengesipho sikaKhisimuzi, nokuthuse obemthengisela zona eMontgomery, eAlabama.

Lo mculi – onendodakazi engumsiki wendwangu uNicole Richie – ukhethe ukuzijabulisa ngokuthenga izimoto kula maholidi kaKhsimusi, kodwa, obemthengisela izimoto ubengaboni ukuthi yilesi sihlabani somculo ngesikhathi efika emtshela ukuthi ufuna izimoto ezingaka, uvele wacabanga ukuthi uyazidlalela nje.

ULionel utshele iphephandaba iNew York Post: " Ngikhethe ukuzithengela imoto yeMercedes – noma zibe mbili nje! Ngaya eMontgomery, e-Alabama, kwabathengisa ngezimoto  ngathi, ngizothenga izimoto zeMercedes eziyisikhombisa" obethengisa wama, wathi ndodadana uqinisile ngalokhu okushoyo? Wafonela umengameli webhange laseLA iBank of America.

Ngemuva kwalokho walubeka phansi ucingo, "akabange esangibiza ngendodana kodwa ube esethi ngicela uzengapha  Mnuz Richie."

"Bese ngiyisistatanyiswa esikhaleni."




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- BangShowBiz

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 1-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Cool. PE: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...