UKhanyi Mbau uqambe amanga - Umbiko

2012-05-28 12:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Unontandakubukwa onguKhanyi Mbau wahubhuza amanga ethi uzithwele ngoba efuna ukwamukelwa emndenini wesoka lakhe elisha uTebogo Lerole weqembu iKwela Tebza, kubika iSowetan.

Ngesonto eledlule uMbau wethusa abantu abaningi ngesikhathi eveza ukuthi ukhulelwe ohlelweni oludlala kuSABC1, iThe Real Goboza.

Imibiko yeSowetan Live ithi uMbau akakhulelwe.

Kuthiwa waqamba la manga ngoba efuna ukwamukelwa ngumndeni, ekuthiwa awumthandisisi kahle uMbau.

Umngani wezithandani uthi isenzo sikaMbau sinenge kabi umndeni wakwaLerole.

"Ukwenza kukaKhanyi sekunenge kakhulu umama wakwaLerole nokuthiwa sebeke bathathana ngamazwi kwaba ncane indawo," kusho umngani.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Light rain late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...