ISITHOMBE: UKanye akazange athumele uphika uKim onqunu

2012-06-14 13:39

Cape Town - Usaziwayo ongumculi uKanye West usephike walala ngomhlane ukuthi nguye othumele izithombe zesithandwa sakhe uKim Kardashian, enqunu emthombeni wezokuxhumana i-Twitter, kubika iMTV.

Phambili kusabalale imibiko eminingi emithombeni yezindaba ethi uKanye ufake kuTwitter izithombe zikaKim enqunu.

Imibiko yakamuva ithi owesifazane oveziwe ngu-Amia Miley, ongumdlali wamafilimu ocansi.

Isiqinisekiso sokuthi ngu-Amia kube icici elisezinqeni kulona wesifazane, ekubeni engenalo uKim.

Ngemininingwano ephelele vakashela kwaMTV.

Amia Miley

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Heavy rain. Afternoon clouds. Cool. Pta: 8-16°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool.
Jhb: 5-10°C Rain showers. Broken clouds. Cool. Bloem: 1-11°C Heavy rain. Morning clouds. Cool.
Dbn: 12-20°C Showery. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...