UChomee uthweswe iziqu e-UJ

2012-09-05 07:46

Johannesburg - Umdansi onyakaza kuhlanywe kwasani nophinde abe ngumculi, uThulisile Madihlaba, nowaziwa kakhulu ngelikaChomee, ugogode ezifundweni zeDiploma kuMedia Studies e-University of Johannesburg, kubika iSowetan.

UChomee ubengomunye wabafundi abangu-200 abebehambele lo mcimbi wokuthweswa iziqu ngoLwesibili.

Lo mculi, 25, owaduma ngeculo elithi Jiva Sexy uthe ngenxa yokuthi umatasa lezi zifundo zimthathe iminyaka emine ngoba ubengafundi ngokugcwele.

"Ngiyaziqhenya kakhulu ngalokhu, kanjalo nesitebele engiphuma kuso i-999 nomndeni wami, njengoba bekhona ukuzongeseka," kusho uChomee.

"Umama akakwazanga ukuza ngenxa yokuthi akaphathekile kahle ngokwempilo."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ucela amavoti uThembi Seete

2014-10-02 14:37
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 9-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-18°C Showers early. Decreasing cloudiness. Cool. PE: 11-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...