U-Hotstix ube yisibonelo esihle

2012-07-16 12:02

Johannesburg -  Umculi uSipho "Hotstix" Mabuse, ulindele ukuthi ahlonyuliswe ngesitifiketi sakhe sika-matric  ngoMsombuluko, kusho iphephandaba iSowetan.

Ekuqaleni konyaka uMabuse wabhalalisa esikoleni sabantu asebekhulile iPeter Lengene Adult Basic Education Training School, eKlipspruit, eSoweto.

Uthe njengoba esezothola isitiiketi, usezokwazi ukuqhuba izifundo zakhe, agogode emkhakheni we-Anthropology.

UMabuse wayeka isikole eqeda ukuphasa u-grade 11 ngonyaka ka-1969, wabe esengena emculweni, ehamba amazwe.

Uthe yize ephumelele emculweni, ubezizwa enganelisekile ngoba engasiqedile isikole.

Ebhala kuTwitter uthe: "Kuqala isonto elisha, eliza nezinto ezintsha. Namhlanje ngizothola isistifiketi sami sebanga leshumi. Lo mfundi uthokoze kakhulu".


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Asimdeli u'Mgqumeni'

2014-10-24 17:33
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...