Sibusisiwe isandla esiphayo - DJ Sbu

2013-01-30 07:51

Johannesburg - Umculi onguDJ aphinde abe ngumethuli wezinhlelo emsakazweni nakuthelevishini, uDJ Sbu, uthi ubuswa yivangeli lokuthi sibusisiwe isandla esiphayo kunesamukelayo, kubika iSowetan.

USbusiso Leope, onguDJ kuMetro FM, uhambele eKatlehong High School, eKurhuleni, ngoLwesibili nalapho uKutloano Modise aphothula khona u-matric.

UModise, nowaphasa u-matric ngo-2009, wathola umfundaze kuSbusiso Leope Education Foundation ukuba aqhubeke nezifundo zakhe.

Le nhlangano ilekelela ekufundiseni izingane eziqhamuka emakhaya angamile kahle.

"Le nhlangano inhloso yayo ukusiza izingane eziphuma emakhaya adla imbuya ngothi," kusho uDJ Sbu.

UModise, wenza izifundo zeLogistics e-University of Johannesburg, kanti uyagogoda ngoMashi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 15-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...