Sekuhlukile manje - Rihanna

2013-01-31 10:03

Los Angeles - Umzwilili wezingoma ze-R&B uRihanna ukuqinisekisile ukuthi usebuyelene noChris Brown, nosengaphansi kweso lomthetho ngokumshaya ngo-2009.

"Ngifike esinqumweni sokuthi injabulo yami ebalulekile," kucashunwa uRihanna etshela iphephabhuku iRolling Stone ngesikhathi enengxoxo nalo.

"Bengingeke ngivumele izimvo zabantu ukuthi zivimbe injabulo yami. Uma ngabe ngenza iphutha, kulungile-ke yiphutha lami," esho.

Uthe ukubuyelana kwakhe noBrown, 23, ukwenze ngokuthanda kwakhe futhi ngeke asazinaka izimfamona ukuthi zithini.

"Ngemuva kokuba sezinhlungwini iminyaka eminingi, ngidiniwe futhi ngisebumnyameni, kuhle ukuphila iqiniso lami futhi ngivuze uma kunesidingo," kusho uRihanna, 24.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

- Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 8-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-14°C Sunny. Cool. Bloem: 3-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-22°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...