Ngizowuphasa kahle u-matric - Winnie Mashaba

2012-12-11 10:30
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Usaziwayo oshaya umculo wokholo uWinnie Mashaba, 31, uthi ulindele ukuthi aphase ngamalengiso njengoba ebebhala ukuhlolwa kwakhe kukamatikuletsheni.

UWinnie waphuma esikoleni ngo-2000, ngesikhathi ekwa-grade 11, njengamanje ubefunda esikoleni sabadala, ube yingxenye yabafundi abangu-14 466, abafunda ezikoleni zabantu abadala, ababhale ukuhlolwa kwabo eLimpopo.

Izifundo azibhalile zihlanganisa iMaths, Human and Social Sciences, Natural science, Economic and Management Sciences, Life Orientation, IsePedi ne-English.
 
“Ngifuna ukugogoda ngibe neziqu zePsychology, vele ngiphila ngokweluleka abantu ababhekene nezinkinga," esho etshela iDaily Sun.

“Ngiholwa wumoya kaNkulunkulu ukuthi ngeluleke abantu. Ukuthola iziqu kuzosiza umsebenzi ngiwenze kangcono."

UWinnie uthe buyele esikoleni ngoba eyisibonelo ezinganeni eziningi zaseLimpopo.

“Ngonyaka ka-2006 ngabhalisa e-Unisa ngifuna ukwenza i-customer service, kodwa ngakhohwa wusuku lwezivivinyo."


 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Daily Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...