Ngiyaziqhenya ngaye - Uyise kaKhaya

2012-10-03 07:28

Johannesburg - Ligcine liphumelelile iphupho likaKhaya Mthethwa, 25, lokuba yisihlabani somculo kuleli njengoba eqheliswe owokuba yilowo odle umhlanganiso kowama-Idols SA, kubika iSowetan.

Okwamanje, lizothi ukuma kancane iphupho lomndeni wakhe lokuthi abe ngumzwilili womculo wokholo.

Kodwa lokho akusho ukuthi akabajabulisanga abalandeli bakhe, umndeni nebandla ngesikhathi ephuma phambili equmba phansi uMelissa Alison, 23, wasePort Elizabeth.

UKhaya uzoqala ukuqopha i-albhamu yakhe emasontweni ambalwa ezayo.

Phakathi kwezinye izinto aziwinile yisamba sika-R500 000, imoto, i-airtime ka-R48 000, imali engu-R40 000 yokuthi akhithize izimpahla zokugqoka, nokunye okuningi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Passing showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 13-23°C Passing showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-27°C Showers late. Mostly cloudy. Warm. PE: 13-19°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...