Lindela uju lwengoma kaHeavy K noRiky Rick

2015-06-26 14:34

Johannesburg – Umrepha weculo iBoss Zonke, uRiky Rick noDJ Heavy K base-studio bamatasa neculo elisha.

Laba bobali badalule lezi zindaba ngokukhipha izithombe enkundleni yezokuxhumana u-Instagram bephezu komsebenzi e-studio.

OLUNYE UDABA: UDJ wodumo usale enenhliziyo ebuhlungu engabongwa kumaSAMA

Yize bengazange badalule okuningi ngabakwenzayo, uHeavy K uthe leli culo abalenzayo alisiyo ingxenye ye-album yakhe ezophuma, kubika iThe Juice.

Izithombe:

Drum Boss vs Boss Zonke #FamilyValues

A photo posted by Rikhado Makhado (@rikyrickworld) on

@rikyrickworld at it!!!! #RTD2015 #FAMILYVALUES

A photo posted by HEAVY-K THE DRUMBOSS (@heavykdrumboss) on

Who Said Rappers can't flow on a Heavy K Beat?? Haha let's wait & see cc @rikyrickworld DrumBoss VS BossZonke

A photo posted by HEAVY-K THE DRUMBOSS (@heavykdrumboss) on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-24°C Sunny. Mild. Pta: 15-30°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-21°C Partly cloudy. Cool. PE: 11-21°C Sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...