Likhishiwe iculo likaMichael Jackson elisha

2010-11-16 15:37

New York - Isingili entsha ephuma ku-albhamu yongasekho emhlabeni uMichael Jackson ikhishiwe ngoMsombuko yanconywa.

Hold My Hand, iculo owaliqopha nomculi waseSenegal uAkon ngo 2007 eyayiputshuke ingekaqedwa. Leliculo lizokhumbuza abalandeli bakaJackson ngokushona kwakhe ngolayini walo lokuqala, "This life don’t last forever" (Lempilo ayithathi unomphela).

“IHold My Hand akuyiyona iMan In The Mirror, kodwa Izoba yinduduzo yokugqwalisa isikhala esishiywe ukungabikho kwakhe,” kusho iHuffington Post.
 

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...