Lihleka lodwa iTheku ngeJuly

2012-07-06 12:08
Yabelani Shicilela

Durban - ITheku kulindeleke ukuba lingenise ngaphezulu kuka-R300 million ngokubamba iVodacom Durban July ngempelasonto, abezokuvakasha bathi amahhotela nezinye izindawo zokuhlala sezigwele, kubika iNewswatch.

Kodwa, u-Andrew Layman weDurban Chamber of Commerce and Industry uthi miningi eminye imikhakha ezongenisa imali ngolo mcimbi omkhulukazi e-Afrika wamahhashi.

ULayman uthi lo mcimbi omkhulukazi okuleli dolobha owobuhle nobukhazikhazi.

"Abantu bathenge izingubo, nazo zonke izinto ezizobenza babukeke bebahle kulo mcimbi.

"Konke lokhu kungenisa umnotho," usho kanje.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 6-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...