Kuzoxoshwa isikhulu seTopTV

2012-02-01 10:47

Cape Town – Isikhulu seTopTV uVino Govender udliwe yizembe emuva kokuthi abatshalizimali balesi siteshi sethelevishini esikhokhelwayo befake ingcindezi yokuthi ashenxe kulandela ukuqonga komsindo wokungenami ngezinto ezidlalwa kulesi siteshi.

Lokhu kulandela ukuhluleka kokwethula ngempumelelo isiteshi esizodlala izinhlelo zocansi.

Abatshalizimali bakhathazekile ngendlela le nkampani esebenza ngayo, kusho imithombo yangaphakathi.

Ngokwemibiko yemithombo, namhlanje wusuku lokugcina lukaGovender emsebenzini, kanti uzongenelwa ngu-Eddie Mbalo, nonguSihlalo we-ODM.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-25°C High level clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...