Kuzohlekiswa ngowodumo lweSgudi Snaysi

2015-07-02 13:28

Johannesburg – Inkakha kwezokulingisa ephine ibengusomahlaya, uJoe Mafela, uzohlonishwa ngabanye bosomahlaya abahamba phambili eNingizimu Afrika.

NgoLwesithathu kumenyezelwe ukuthi umlingisi weSgudi Snaysi uzohlonishwa ngendodo ye-Lifetime Achiever emcimbili weSavannah Comics Choice Awards kulo nyaka ozoba ngenyanga ezayo.

Funda nalolu daba: Uthembise umshado umsakazi wodumo

Kodwa ngaphambi kokuba ayothatha indondo yakhe eMonteCasino, eGoli, abanye osomahlaya bazoqale bathi ukuhlekisa ngaye kuqala.

Kunjalo nje! UJoe bazohlekisa ngaye kuqala osomahlaya bakuleli abadumile.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-28°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-26°C Heavy rain. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...