Kushone umlingisi uJack Klugman

2012-12-25 12:02

New York - UJack Klugman, nobeyisihlabani sethelevishini nowayelingisa indawo yombhali wezindaba zemidlalo kuThe Odd Couple, ushone eneminyaka engu-90 ubudala.

Ummeli kaKlugman, uLarry Larson, uthe lo mlingisi ushone elele emzini wakhe eNorthridge, nokuyindawo eyakhelene neLos Angeles enonkosikazi wakhe weminyaka emihlanu uPeggy.

Unamadodana amabili, uDavid no-Adam, nabazukulu ababili.

Isiqephu sethelevishini esithi Quincy, ME, satshengisa uKlugman edlala indawo ephambili.

Ukulingisa kwakhe kwamzuzela izindondo kuma-Oscar nakuma-Emmy.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C High level clouds. Mild. Pta: 3-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-14°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 13-14°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...