Kuphenywa ngempi kaChris Brown no-Ocean

2013-01-29 07:32

Los Angeles  - Amaphoyisa aseLos Angeles athi aphenya ngempi ebe phakathi kukaChris Brown -- nosadonsa isigwebo sokushaya intombi yakhe uRihanna ngo-2009 -- nomculi we-rap uFrank Ocean.

U-Ocean ufuna uBrown ajeziswe ngokumthela induku ngempelasonto, njengoba kuthiwa bekubangwa indawo yokupaka, ngokombiko wephephandaba iLA Times.

"Uphenyo luyaqhubeka okwamanje ngeke ngikwazi ukukhipha imininingwane eminingi," kusho okhulumela amaphoyisa ase-LA uSteve Whitmore etshela abe-AFP.

Le mpi kuthiwa yenzeke ngeSonto ebusuku e-studio sokuqopha eWest Hollywood.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Asimdeli u'Mgqumeni'

2014-10-24 17:33
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...