Kulindeleke ukuba abelethe ngokhisimusi okaKanye

2015-09-29 14:26

Los Angeles - Unkosikazi womrepha waphesheya kwezilwandle uKanye West, uKim Kardashian kulindeleke ukuba abelethe ngokhisimusi kulo nyaka.

Imithombo esondelene nalezi zithandani itshele abeTMZ ukuthi odokotela bathe indodana yabo izozalwa ngomhlaka-25 Disemba  kulo nyaka.

OLUNYE UDABA:  Kulindeleke omunye umzukulu kaKardashian maduze

Kubikwa ukuthi odokotela bahlele ukuba azibelethela kodwa futhi angase ahlinzwe njengoba enenkinga esibelethweni.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 15-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-31°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-31°C Afternoon clouds. Warm. PE: 21-27°C More clouds than sun. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...