Kucishe kwambhedela owe-5FM

2012-03-07 07:18

Johannesburg - Umsakazi we-5FM ohlezi esematheni ngezindaba ezingezinhle, uGareth Cliff, uchithe imizuzwana esendlini emnyama kulandela ukuthi ebanjwe eshayela imoto ebidla amagalani ePitoli ngoLwesibili ebusuku.

"Ngichithe imizuzwana nje engatheni ejele, ngenxa yokungaziphathi kahle...kodwa ngijabulile ngesikhathi sebengidedela," kusho uCliff etshela iTalk Radio 702 ngoLwesithathu ekuseni.

Uthi ubebuyela ekhaya emuva kokuqopha ama-Idols eThekwini.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-29°C a few showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 15-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-29°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 18-32°C Tstorms late. Morning clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...