Intsha yakuleli isimagange ngoBieber

2012-11-23 12:05

Johannesburg - Intsha yakuleli izobhema ikholwe uma umculi waseCanada ongaconsi phansi kwabaningi noyigeza lensizwa uJustin Bieber eyibusisa ngedili lomculo eGoli ngonyaka ozayo, kubika iSowetan.

Le nkosana emculweni we-pop izotheleka eNingizimu Afrika ngo-2013 izonandisa eKapa naseGoli.

Inkampani ehlela imicimbi iBig Concerts ikuqinisekisile ukuthi uBieber uzobe ekuleli ngonyaka ozayo.

Yize izinsuku zingakaqinisekiswa, kodwa lo mculi nakanjani uzobonakala kuleli.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Sunny. Mild. Pta: 15-26°C Scattered showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-21°C a few showers. Partly sunny. Mild. Bloem: 15-26°C Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 19-29°C Mostly sunny. Warm. PE: 18-32°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...