Buka uNyovest eshaya umdanso omusha

2015-05-20 14:29

Johannesburg - Lindela ukudansa ngendlela entsha ngeculo elisha uma isihlabani seHip hop kuleli uCappser Nyovest sesikhiphe ingoma entsha.

Kubukeka sengathi lo mrepha ufuna ukwenza konke njengoba eseza nendlela yokudansa.

OLUNYE UDABA: Sithi sizowuyeka umculo isihlabani se-hip hop

Kamuva nje uCassper ukhiphe ivideo enkundleni yezokuhxumana u-Instagram ethula umdanso omusha obizwa nge-428, kubika i-eNCA.

Buka nanka amavideo ngezansi:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Sunny. Mild. PE: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...