Bathi uKim ulawulwa kakhulu uKanye

2014-12-03 13:31

New York - UKanye West umlawula kakhulu unkosikazi wakhe uKim Kardashian West, nokho wenza lokhu ngoba ezama ukumphephisa, kusho umfowabo kaKanye uHal Carmichael.

UKanye uyakhathazeka ngomkakhe nendodakzi yabo uNorth, onezinyanga ezingu-17 ubudala, kuqhuba uCarmichael.

Funda lolu daba: Uconsisa amathe uKim Kardashian

UCarmichael ukhulume nabezindaba zeHeat, ethi umfowabo uhlala esaba njalo ukuthi kungenzeka umndeni wakhe uthunjwe.

''UKanye uhlale esaba ukuthi uma uKim ebonwa umphakathi, angase abe sengozini."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- BangShowBiz

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Cool. Pta: 14-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-22°C Showers early. More clouds than sun. Mild. PE: 12-20°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...