Ayizwa 'mshini' ngama-weave inkakha yomculo

2015-10-21 18:02

Johannesburg- Inkakha kwezomculo wase-Afrika uHugh Masekela isiphinde yaphefumula ngokungazithandi izinywele ezifakelwayo emakhanda abantu besifazane.

Esitatimende esikhishwe ngoLwesibili uBaba uHugh uchazile ukuthi kungani eqhubeka nokuthatha izithombe nabantu nbesifazane abanezinywele zokufakelwa emakhanda waphinde wacela ukuba angaphoqwa ukuthatha izithombe nabo.

OLUNYE UDABA: UMasekela uphika eyokuqasha amaphoyisa ama-weave

“Uma unezinywele zokufakelwa ekhanda, ungathuki uma nginqaba ukuthatha isithombe nawe.Angeke ngize ngibe yingxenye yokunikela noma yokucekela phansi amagugu ase-Afrika."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C Mostly sunny. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...