'Angikuzondi ukuba mnyama'

2011-11-14 12:11
Mshoza

Mshoza

Johannesburg – Kwangena iMercedes-Benz emnyama ephakini eseHyde Park Mall, enyakatho yeGoli. Le yinhle angangoba kujika amakhanda eyibuka. Umuntu wesifazane ophuma kuyona kukhulunywa ngaye yonke indawo.

Uyashisa egqoke ingubo enombala ophuzi nomnyama futhi embambayo.

Ubuso bakhe bulingana kahle kanti ebusweni ukhanya njengelanga.

Yisihlabani sekwaito, uMshoza, noma uMiss J igama asezibiza ngalo manje, futhi uhlukile kunendlela akhule ngayo eyi-tom boy esasimthanda ngayo ngeminyaka yawo-90.

Usanda kwenza isikhumba sakhe ukuthi sibe mhlophe njengesomlungu.

"Kufanele abantu bakhululeke," kusho lo mculi oneminyaka engu-28 ozalelwe eSoweto. "Ngikhathele ukulalela abantu bengitshela okufanele ngikwenze, ukuthi ngiphile kanjani impilo yami. Uma becabanag ukuthi ukwenza isikhumba sibe mhlophe yingoba angizethembi, baqambe beshilo..."

Le ndaba ungayithola iphelele kuDrum.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Drum

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Cool. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...