AmaSatma azoba se-E Cape okokuqala

2012-08-23 10:05

Durban - Umcimbi waminyaka yonke wokukomelisa abaculi baseNingizimu Afrika emkhakheni wezomculo womdabu, amaSatma, uzobanjelwa e-Eastern Cape okokuqala emlandweni wawo, kubika iDaily Sun.

UMnyango wezeMidlalo, ezokuNgcebeleka, ezobuCiko namaSiko e-Eastern Cape kanye nekomidi lamaSatma bamemezele lezi zindaba.

UNgqongqoshe uXoliswa Tom uthe bathathe lesi sinqumo ngoba lesi sifundazwe siyindawo enamasiko ahlukene kanye nezomdabu.

“AmaSatma akhuluma nathi uqobo.

“Enye yezinto ezimqoka kulesi sifundazwe ukuthi sakhe ubumbano nokunakekelana emphakathini.

“AmaSatma ahamba phezu kwaleyo ngqikithi impela.”

Lo mcimbi uzobanjelwa e-East London International Convention Centre ngo-Okthoba 27.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

 



- Daily Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 16-27°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-23°C Rain early. Morning clouds. Mild. Bloem: 12-27°C Rain late. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 16-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...