Abasebukhosini bakhiphe umbiko ngengane

2014-10-20 13:38

London - Inkosana yamaNgisi nowakwayo sebeqinisekisile ukuthi izobelethwa ngo-Ephreli ingane yabo, besho lokhu esigodlweni saseKensington ngoMsombuluko.

"UWilliam noKate bayajabula ukusazisa ukuthi ingane yabo yesibili bazoyamukela ngo-Ephreli 2015 emhlabeni,” kusho isitatimende.

"UKate usaqhubeka nokuhlaselwa yiHyperemisis Gravidarum, kepha isimo sakhe siya ngokuya siba ngcono.”

OLUNYE UDABA: Isiteshi siphefumule ngolwasebukhosini

Isifo okukhulunywa ngaso kuthiwa siphatha abantu abakhulelwe ngokuthi babuyise ngokweqile baze baphelelwe ngamanzi emzimbeni.

Lezi zithandani zinengane yomfana enonyaka owodwa ubudala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Showers late. Morning clouds. Cool. Pta: 16-22°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 13-21°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-32°C Sunny. Warm. PE: 19-25°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...