ezokuzijabulisa

Bamiselwe ucansi abasakazi

2013-05-23 12:01

Umsakazi weMetro FM uT-Bo Touch nethimba lakhe, bamisiwe emsakazweni ngemuva kokusakaza kwabo inkulumo "egijimisa igazi", ngesikhathi bememe isazi ngezocansi.

Ningaphuthwa elokuvalelisa kuVuyo - SABC

2013-05-22 10:06

ISABC isizwakalise ukuthi ifuna bonke abantu bakuleli bathole ithuba lokuzovalelisa kumethuli wezinhlelo zomsakazo nomabonakude uVuyo Mbuli uma sekunenkonzo yesikhumbuzo.

USnoop uhuqe insangu esiteji - Umbiko

2013-05-21 10:02

Umculi uSnoop Lion, ushaye indiva isexwayiso samaphoyisa kamasipala, wangena esiteji abecula kuso eStandard Bank Arena, e-Ellis Park, eGoli, wafike wahuqa insangu.

Ugcwele injabulo uToya Delazy

2013-05-17 12:02

Kubonakala sengathi uToya Delazy akayi ndawo, udumo lwakhe luzwakala kuzo zonke iziteshi zomsakazo, kumaphephabhuku nakomabonakude.

Ushonelwe ngumfowabo uProfessor

2013-05-13 12:06

Impelasonto kaMkhonzeni "Professor" Langa, ibixube usizi nobumnandi njengoba esingathe umcimbi wamaSama, waqeda wathola ucingo olumazisa ngokushona komfowabo.

Uya ejele uLauryn Hill

2013-05-08 12:04

Umculi osewazuza izindondo zeGrammy, uLauryn Hill, ugwetshwe izinyanga ezintathu ebhadla ejele, ngecala lokwehluleka ukukhokha intela.

Ukhulelwe amawele uLeleti Khumalo

2013-04-29 12:06

Akuzinyanga ezingakanani uLeleti Khanyile (Khumalo), evele ephephabhukwini iDrum, egcagcela isithandwa sakhe seminyaka eyisishiyagalombili uSkhuthazo Khanyile.

UKhaya Mthethwa akayi kuVuma FM - Umbiko

2013-04-23 10:01

UKhaya Mthethwa owawina ama-Idols ngeke ajoyine isiteshi esizimele somsakazo iVuma FM njengokusho kwamahlebezi abesesabalele, kusho umbiko.

Bathembisa ukuhleleka aboGu

2013-04-18 14:33

Baphumele obala ngesiminyaminya esenzeka kuGu Jazz Festival yanyakene abahleli balo mcimbi, babe sebethula nezinhlelo zokuthi bazosigwema kanjani kulo nyaka.

IJacaranda imise umsakazi ngokulahleka kwemali

2013-04-12 12:02

IJacaranda FM izohlangana nomsakazi omisiwe uMiguel Proenca kulandela ukuduka kwemali oqoqelwe oneminyaka engu-10 ubudala onesifo somdlavuza, kusho umbiko.

Ushadile uMeiki woMuvhango

2013-04-09 16:21

Izulu libavumile, iphakeme inhlamvu yelanga kanti isibhakabhaka siluhlaza sithe cwe, kuzwakala kancane umsindo wezinyoni zishaya umlozi.

UJill Scott wenze adume ngazo eKapa

2013-04-08 07:43

Umzwilili obebhekwe ngabomvu uJill Scott ungene esiteji kwachazwa ngesikhathi ezoqhulula amanoni adume ngawo koweCape Town International Jazz Festival.

I-Universal ixolise ngolukaMandela

2013-04-03 14:01

I-Universal Channel (DStv 117) iyaxolisa ngokusakaza ngephutha isikhumbuzo seqhawe lakuleli uNelson Mandela – ohlelweni olubizwe ngokuthi yiRemembering Madiba ebusuku.

Iqiniso ngekhonsathi kaR Kelly

2013-03-27 12:03

Ukuhamba kancane kwamathikithi kanye nezinkinga zezokuthutha yikho okwadala ukuthi kuhlehliswe ikhonsathi yesihlabani seRnB uR Kelly, iSingle Ladies Tour.

 

 

USnoop Lion uziqhathe nabasebukhosini

2013-05-20 12:04

Umculi we-rap nosewajikela kowe-reggae, uSnoop Lion, uziqhathe nomndeni wasebukhosini bakwaZulu kulandela ukugqoka kwakhe umqhele nesikhumba sengwe.

Umehlokaboni ngeyebiwe ekhonsathini kaBieber

2013-05-14 16:20

Izikhulu zaseFNB Stadium zithi zingase zikhiphe umehlokaboni kuloyo ongasiza ampimpe amasela ebe imali engaphezu kuka-R1 million, eyebiwe kule nkundla.

Iziyalo kwabaya kwekaJustin Bieber

2013-05-10 16:08

Inkampani ehlela imicimbi, isicele abazali ukuthi baqinisekise ukuthi abantwana babo banamanzi anele emzimbeni, ngaphambi kokuthi bahambele ikhonsathi kaJustin Bieber

Usengubaba futhi u-Elvis Blue

2013-05-03 14:02

U-Elvis Blue owadla umhlanganiso ohlelweni lwama-Idols ngo-2010 ekanye nonkosikazi wakhe uChireze, babusiswe ngendodakazi yabo yesibili emhlabeni.

Muhle ucima ilanga uGwyneth Paltrow

2013-04-24 16:30

Iphephabhuku iPeople limemezele umlingisikazi uGwyneth Paltrow njengomunye wabesifazane abahle kakhulu emhlabeni, onyakeni ka-2013.

Ilindelwe ngabomvu ikhonsathi kaSnoop

2013-04-19 14:34

Umculi ongaconsi phansi kubathandi be-house uZakes Bantwini nesihlabani saseNigeria uFlavour bamenyezelwe njengabanye abazojoyina inkakha yomculi we-rap waseMelika.

Ngizoba ngumama nonkosikazi oqotho - Phumeza

2013-04-16 12:28

Ngesikhathi egcina ukukhuluma naleli phephabhuku, uPhumeza Dlwathi wazwakalisa ukuphatheka kabi ngokungamtholi ubaba wakhe omzalayo.

Kuyasibulala ukungafundiseki - Mampintsha

2013-04-10 14:02

Umculi we-kwaito waseThekwini oyilungu leqembu iBig NUZ, uthi ukusaba kwakhe ukuhamba ngebhanoyi kwakudalwe wukungafundiseki ngokuthi asebenza kanjani.

Bengingasalindele ukuthi ngingakhulelwa - Berry

2013-04-09 07:43

Izindaba zokukhulelwa kwesingqazu somlingisikazi waphesheya kwezilwandle uHalle Berry, bekuyinto abangayilindele nhlobo ngesikhathi beyizwa.

Zibakhalele abamathikithi ekhonsathi yeJazz

2013-04-05 14:04

Kuboshwe abantu ababili abasolwa ngokudayisa amabhangela omgunyathi, okungena ekhonsathini yodumo iCape Town International Jazz Festival.

Balindele umntwana uSenzo noPearl

2013-03-29 11:00

Izazi zithi uthando lungumanqoba futhi lubekezelela noma yikuphi okuqhamukayo, lokhu kuyagqama othandweni lukaThami Mngqolo noJo-Anne Reyneke, bobabili abangabalingisi.

 
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...