UMalema utheleke emzini kaThabo Mbeki ekhankasa

2016-08-01 20:30

Sekuyizinsuku zokugcina zokukhankasela ukhetho lwangoLwesithathu kanti nabaholi bamaqembu ezombusazwe aseyagoqa kwimikhankaso.

UJulius Malema utheleke emzini walowo owayengumengameli wezwe uThabo Mbeki ngesikhathi ehambela umuzi nomuzi ekhankasa, kubika iSunday World.

Funda nalolu daba:UMandela naye wayenamaphutha - Malema

“Sihlanganyele nalowo owayengumengameli ukuze simazise kubuholi be-EFF. Usamukele ngezandla ezimhlophe emzini wakhe kodwa ukubeke kwacaca ukuthi ivoti lakhe liyimfihlo yakhe,”kusho uMbuyiseni Ndlozi okhulumela leli qembu.

- News24 Nigeria

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Morning clouds. Cool. Pta: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-25°C Partly cloudy. Mild. PE: 16-23°C Scattered clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...