'UMaimane akayena umholi we-DA, uzidlela imali nje kuphela'

2016-07-29 07:34

Pretoria – Abantu kumele bangayivoteli i-DA ukuze leli zwe libuyele ezandleni zabamhlophe, kusho umholi we-EFF uJulius Malema ngoLwesine.

"Ngiyanicela ningayivoteli i-DA. Ubuhlungu enibuzwayo njengamanje ngeke baqhathaniswa nalobo eniyobuzwa uma kungaphatha abelungu,” kusho uMalema etshela izakhamuzi zaseKanana eHammanskraal.

"Emehlweni abelungu, yisizimfene.”

Funda nalolu daba: Abantu basajabule nge-ANC - Mbete

UMalema uthe umholi we-DA uMmusi Maimane wajoyina leli wembu ngoba efuna imali.

UMaimane ungubuso beqembu kodwa bakhona abalilawulayo, usho kanje.

"UMmusi Maimane akayena umholi we-DA. Ufuna imali nje kwaphela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 7-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-29°C Morning clouds. Warm. PE: 17-31°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...