Ujikiswe esikhungweni sokuvota uMbete engawuphethe umazisi

2016-08-02 13:30

Johannesburg - Usomlomo we-ANC uthe lokhu okwenzeke kuye kuyisikhumbuzo nakwabanye abantu abazovota ngoLwesithathu ukuba bangabakhohlwa omazisi.

UBaleka Mbete unqatshelwe ukuba enze ivoti elikhethekile eBerario Recreation Centre eNorthcliff, ngoba ekhohlwe umazisi ekhaya.

OLUNYE UDABA:Uthi ufuna amathuba angcono umqwayizi obhalisele ukuvota

UMbete ongusomlomo wePhalamende the: “Lesi isikhumbuzo nakwabanye abantu besimame ukuba bakhumbule omazisi uma beshintsha izikhwama.”

UMbete uthi izincwadi zakhe beziphethwe ithimba elimsizayo kanti ubecabanga ukuthi umazisi wakhe ukhona ngesikhathi eyovota, kubika iCitizen.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Cool. Bloem: -1-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...