'Sesiphelile isikhathi samaqembu, sekuzokhuluma abavoti'

2016-08-02 19:04

Johannesburg - UNdunankulu waseGauteng uDavid Makhura uthi amaqembu asekwenzile okwawo kodwa kusasa wusuku lwabavoti.

Usho kanje ngesikhathi esesikhungweni se-IEC eGauteng, e-Auckland Park, eGoli.

Funda nalolu daba: kuxwayiswa abantu ngokushutha bevota

UMakhura uthi sesipheleli isikhathi samaqembu sokukhankasa, ngakho uthanda ukuqinisekisa abantu ukuthi njengesifundazwe ezokuphepha zihleliwe  ukuqinisekisa ukuthi ukhetho lwangoLwesithathu lubayimpumelelo futhi kuba wusuku olunokuthula, kubika iSABC.

“Njengohulumeni waseGauteng, sizokwenza konke ukuqinisekisa ukuthi abantu bayalisebenzisa ilungelo labo kusasa, futhi kubanokuthula.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-16°C Sprinkles late. Morning clouds. Cool. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 0-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 14-19°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...