Kuxwayiswa abantu ngokushutha bevota

2016-08-02 17:33

Johannesburg - Abavoti baxwayiswa ngokushutha izithombe uma besezikhungweni zokuvota noma uma sebevota.

Ngesikhathi kuvotwa ngoMsombuluko, baningi abantu abafake izithombe zabo enkundleni yezokuxhumana bephethe amaphepha okuvota, okubalwa kubona noDJ wakuleli kanye nesinye isikhulu sikahulumeni.

Funda nalolu daba: Angizange ngithi ngavota ngo-94 - Maimane

UMawethu Mosery, we-Independent Electoral Commission (IEC) KwaZulu-Natal, uthi umuntu oshutha isithombe noma othatha i-selfie evota angase athweswe icala, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Numerous showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 7-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 5-22°C Sunny. Mild. Bloem: 3-14°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-22°C More sun than clouds. Refreshingly cool. PE: 12-16°C Showers late. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...