Izomenyezelwa namuhla imiphumela yokhetho eNelson Mandela Bay

2016-08-05 07:06

Port Elizabeth - Imiphumela yokhetho lohumeni basekhaya luka-2016 yaseNelson Mandela Bay ihlehliselwe uLwesihlanu ekuseni.

IKhomishana yezoKhetho ezimele i-Independent Electoral Commission (IEC) ithe imiphumela ilindeleke ukuba imenyezelwe ngoLwesihklanu ngezithuba zabo-11:00.

OLUNYE UDABA: UGigaba uhalalisele umnyango ngokukhipha omazisi

Imiphumela bekulindeleke ukuba imenyezelwe ngoLwesine ebusuku kodwa kwaba nokubambvezeleka okuncane.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-26°C Morning clouds. Mild. PE: 12-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...