I-NFP isizokhalela kuMasipala waseNquthu

2016-07-30 14:08

Johannesburg – INational Freedom Party (NFP) ithi iyasamukela isinqumo seNkantalo yezoKhetho sokuthi ingalungeneli ukhetho lohulumeni basekhaya ngesonto elizayo.

Leli qembu lithi yize kungelona iphutha lalo ukuthi lihluleke ukuhlangabezana nomnqamulajuqu wokukhokha imali yokungenela ukhetho, kepha iyasihlonipha isinqumo senkantolo.

OLUNYE UDABA: I-ANC ithi iyazwelana ne-NFP, kodwa...

I-NFP yasola uMgcinimafa wayo ngokuyibophela amanqina enyathi, wangayikhokha ngamabomu le mali ngoba efuna ukhetho luvune i-IFP.

Leli qembu nokho lizokwazi ukungenela ukhetho kuMasipala waseNquthu, KwaZulu-Natal.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-16°C Sprinkles late. Morning clouds. Cool. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 0-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 14-19°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...