I-IFP isikulungeke ukunqoba ukhetho - Buthelezi

2016-07-26 08:34

Durban – UMengameli weNkatha Freedom Party uMangosuthu Buthelezi uthi iqembu lizilungiselela ukunqoba ukhetho oluzayo lohulumeni bezindawo.

UButhelezi ubekhuluma esithangamini sabezindaba eBlue Lagoon eThekwini lapho ebethula khona izigaba zokugcina zomkhankaso.

Funda nalolu daba: Izimpande zeDA zisuka kwiNP - Zuma

"Umsebenzi wethu ukudlulisa umyalezo wethemba kubona bonke abantu baseNingizimu Afrika. Samukelwe ngemfudumalo ezindaweni esizihambele. Manje sesisalelwe yisonto elilodwa lomkhankaso,” usho kanje.

"Abavoti sibanikeze izizathu ezinhle zokuba bavotele i-IFP.”

Uthe isonto lokugcina ngelokunqoba.

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-15°C Rain early. Morning clouds. Cool. Pta: 5-21°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-17°C Passing showers. More clouds than sun. Refreshingly cool.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 12-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...