I-IEC ikhathazekile ngokungase kwenzeke eKZN ngesonto elizayo

2016-06-22 17:31

Durban – I-Electoral Commission of SA (IEC) KwaZulu-Natal ikhathazekile ngokungase kwenziwe yizakhamuzi uma sezibona uhlu lwabantu abazovelwa oluzokhishwa ngesonto elizayo.

"Abanye abantu bazokhothazeka kakhulu ngomhlaka 27," kusho isikhulu se-IEC esifundazweni uMawethu Mosery ngoLwesibili.

Funda nalolu daba: Ivele enkantolo esolwa ngokudlwengula enye indoda

Ubekhuluma ngesikhathi kudingidwa ngezindlela ezizokwenza kubenokuthula ngokhetho  KwaZulu-Natal, ebezibanjelwe eDiakonia Council of Churches. 

"Esikubonayo njengamanje emiphakathini eminingi ngodaba lwabazovotelwa kuyakhathaza. Eminye imininingwane abayitholayo abantu ayilona iqiniso ngoba abakaluboni uhlu oluphelele.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 16-31°C Showers late. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Warm. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 16-21°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 12-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...