Eyakamuva iveza ukuthi uhamba phambili uKhongolose eThekwini

2016-08-05 08:32

Durban – Ngokwemiphumela yakamuva yokhetho uKhongolose uhmaba phambili eThekwini, lokhu kungokusho kwe-IEC ngoLwesihlanu ekuseni.

I-ANC ihamba phambili ngamaphesenti angu-53.56 kanti i-Democratic Alliance yona ilandela ngamaphesenti angu-30.34.

OLUNYE UDABA: Izomenyezelwa namuhla imiphumela yokhetho eNelson Mandela Bay

Ibingekho imiphumelo ye-IEC yokhetho ngoLwesine ekuseni kanti eminye imiphumela ibiphuma kwezinye izifundazwe ezweni.

Kuzwakale ukuthi kube nezinkinga ngemishini yokusebenza.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 0-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 10-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...