Abe-NFP bazovotela i-ANC

2016-08-02 14:30

Johannesburg - INational Freedom Party (NFP) KwaZulu-Natal isimemezele ukuthi izovotela i-African National Congress (ANC) okhethweno lwangoLwesithathu kanti nezikhulu zaleli qembu zizobe zihambisana njengophawu lobudlelwane bamaqembu azo, kubika i-EWN.

Lama qembu amabili abenesithangami sabezindaba eThekwini ngemuva komhlangano.

I-ANC ne-NFP baqala ukusebenzisana kwabanye omasipala eKZN kusukela ngo-2011.

Funda nalolu daba: Ujikiswe esikhungweni sokuvota uMbete engawuphethe umazisi

Lamaqembu athe imininingwane egcwele ngobudlelwane bawo azoyidalula ngemuva kokhetho.

I-IFP kubikwa ukuthi nayo ibifuna ukwesekwa yi-NFP.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-20°C High level clouds. Mild. Pta: 6-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-17°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 11-17°C More sun than clouds. Cool. PE: 10-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...