ezokhetho

Iqukulwe amaphoyisa omgwaqo indoda ebidakwe kakhulu

2017-02-14 09:31

Kudingeke ukuba amaphoyisa omgwaqo aqukule umshayeli wemoto obedakwe engakwazi ngisho nokuphakamisa ikhanda.

Seluqalile ukhetho lokuchibiyela ezifundazweni ezingu-6

2016-11-09 10:00

Usuqalile umshikashika wokhetho lokuchibiyela ezifundazweni ezingu-6 kulandela ukushona kwalabo abebedle umhlanganiso emawadini ngaphambi kokhetho.

I-IEC isimemezele usuku lokhetho lokuchibiyela

2016-09-14 16:03

Ukhetho lokuchibiyela lohulumeni basekhaya luzobanjwa ngomhlaka-9 Novemba kuzwelonke, kusho isimemezelo se-IEC ngesitatimende.

Ubizelwe emhlanganweni ne-ANC uMalema

2016-08-10 07:30

Umholi we-EFF uJulius Malema ubizelwe emhlanganweni nobuholi be-ANC ngoLwesibili ebusuku njengoba kulindeleke ukuba bafinyelele esivumelwaneni sokusebenzisana.

I-ANC isahamba phambil i e-N Cape naseLimpopo

2016-08-04 17:34

Isayibambile i-African National Congress (ANC) eNorthern Cape kanti iCope yona iya ngokushabalala kulesi sifundazwe, lokhu kungokusho kwemiphumela yokugcina ye-IEC eqinisekisiwe yamavoti esifundazweni.

'Angikwazi ukuvota ngoba bathi sengashona'

2016-08-03 09:06

UFriedrich Roggenkamp, 75, ujikiswe esikhungweni sokuvota eGeorge Campbell Technical School eThekwini kuseni ngemuva kokuba imishini ye-IEC iveze ukuthi sewashona.

'Asinayo imisebenzi kodwa impilo ingcono kakhulu ngaphansi kwe-ANC'

2016-08-03 11:02

Kungenzeka ukuba imisebenzi asinayo futhi nokulethwa kwengqalasizinda akukho sezingeni elifanele, kodwa isakhamuzi saseGa-Maja eLimpopo sithi impilo yaso ingcono kakhulu ngaphansi kwe-ANC.

'Sesiphelile isikhathi samaqembu, sekuzokhuluma abavoti'

2016-08-02 19:04

UNdunankulu waseGauteng uDavid Makhura uthi amaqembu asekwenzile okwawo kodwa kusasa wusuku lwabavoti.

Angikaze ngithi ngavota ngo-94 - Maimane

2016-08-02 14:31

Umholi weDemocratic Alliance uMmusi Maimane, obediniwe, usebize labo abe-ANC abagxeke inkulumo yakhe ayethule eDobsonville ngempelasonto ‘ngabazenzisi, abaqambi manga’.

 

 

"I-IFP iyinqobile iNkandla ngokungazenzi izithembisoengeke ikwazi ukuzifeza"

2016-08-05 14:33

UMholi weNkatha Freedom Party uMangosuthu Buthelezi uthe akakaze athembise abantu izinto ezinkulu ngokhetho, yingakho iqembu lakhe liphume phambili okhethweni eNkandla.

Kuvunguza umoya woshintsho, kuzoqopheka umlando - Maimane

2016-08-03 13:30

Umholi weDA uMmusi Maimane uthe uzwa kuvunguza umoya woshintsho, wathi alikho elinye iqembu elingaba yisixazululo eNingizimu Afrika ngaphandle kwelakhe.

UMaimane uyayiphika eyokushintshana ngamavoti ne-EFF

2016-08-03 11:01

Lo mholi ubuye wawaphika amahlebezi okuthi i-DA ibe nengxoxo yesivumelwano nabe-EFF ukuze bashintshane ngamavoti aseMidvaal naseGoli.

UMalema uthi i-ANC iyakopela, iyizilima

2016-08-02 19:04

Umholi we-EFF uJulius Malema uhlekise ngabe-African National Congress abazongenela ukhetho ngokuvakashelwa kwabo uThabo Mbeki emzini wakhe.

Kuxwayiswa abantu ngokushutha bevota

2016-08-02 17:33

Abavoti baxwayiswa ngokushutha izithombe uma besezikhungweni zokuvota noma uma sebevota.

Abe-NFP bazovotela i-ANC

2016-08-02 14:30

I-NFP KwaZulu-Natal isimemezele ukuthi izovotela i-ANC okhethweno lwangoLwesithathu kanti nezikhulu zaleli qembu zizobe zihambisana njengophawu lobudlelwane bamaqembu azo

 
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Showers late. More clouds than sun. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-19°C Sunny. Mild. Bloem: 1-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 11-23°C High level clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...