Welule inkontileka ocasule abalandeli beChiefs kowomkhaya

2017-03-07 07:42

Johannesburg - Iqembu leKaizer Chiefs liqinisekise ukuthi uWillard Katsande usayine inkontileka yeminyaka emithathu kuleli qembu laseNaturena.

IChiefs kumanje isivuselele inkontileka kaTsepo Masilela, Siphiwe Tshabalala, Lucky Baloyi noKgotso Moleko kanti lo mdlali waseZeimbabwe ungowakamuva ukwelula eyakhe.

OLUNYE UDABA: Umqeqeshi uvikela uKatsande

Lo mdlali oneminyaka engu-31 ubudala usayine inkontileka yeminyaka emithathu ezomenza ahlale kuze kube u-2020.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

IChiefs isisayinise uCastro

2017-12-16 18:01
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...