Uyelulama oweWits oqulekele enkundleni

2015-12-09 13:31

Johannesburg - Umdlali wasesiswi weBidvest Wits uPapy Faty uvele wawa waquleka ngemuva kokungena ngesiwombe sesibili emdlalweni wobungani ngesikhathi leli qembu lidlala neSuperSport United ngoLwesiili.

UFaty uphuthunyiswe esibhedlela iMilpark Hospital ngemuva kokuquleka esandakungena nje enkundleni iBidvest Stadium.

Funda nalolu daba: Elika-U23 lingase libhale kabusha umlando

Lo mdlali oneminyaka engu-25 ubudala uyelulama esibhedlela, kodwa bekungakadalulwa ukuthi uqulekiswe yini, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 18-24°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...