UTshabalala usenxuse abadlali ukuba balwele ukuqeda kahle

2016-05-21 09:15

Johannesburg - USiphiwe Tshabalala usenxuse ozakwabo kuKaizer Chiefs ukuba babhukule ngakho konke abanakho emdlalweni wabo wokugcina wesizini abazowudlala neChippa United ngoMgqibelo.

IChiefs idinga ukuwina ukuze izibeke ethubeni lokuqeda isendaweni yesithathu ngaphezulu kwePlatinum.

Funda nalolu daba: Kubikwa ukuthi uzophindela kuPirates uShitolo

UTshabalala uthi uma bengadlala kahle kulo mdlalo lokhu kuzokwenza iqembu nabalandeli baqede isizini benomuzwa ongcono.

Uthe bazobuya sebengcono kakhulu ngesizini ezayo, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...