USuthu luhlola uMabhuti

2016-07-07 13:30

Johannesburg - AmaZulu adlala kuNational First Division ahlola uMabhuti Khenyeza ngenhloso yokumsayinisa, umbiko.

Ngokwesikhulu saleli qembu laseThekwini, lo mdlali uzilolonga noSuthu.

IGolden Arrows yambuyisa lo mdlalo maphakathi nesizini edlule kodwa izinto zangahamba kahle phakathi kwakhe nomqeqeshi.

Funda nalolu daba: 'Kungase kucace namhlanje ngekusasa likaVilla'

UKhenyeza usoSuthwini ngethemba lokuthi uzolithola ijezi ngaphansi komqeqeshi omusha u-Joey Antipas.

Okhulumela uSuthu, uBrilliant Mkhathini, uthe impela lo mdlali uzilolonga neqembu kodwa akukho sivumelwano abasenzile, etshela iKickoff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-21°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 9-19°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 6-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Scattered showers. Partly cloudy. Cool. PE: 15-21°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...