Usinde ngokulambisa umdlali webhola engozini

2016-04-06 10:02

Johannesburg - ULehlohonolo Majoro unenhlanhla ngokuthi usaphila ngemuva kwengozi eshiye imoto yakhe ipoqokile izolo, kubika iKick-Off.

Imininingwane yale ngozi ayikacaci kahle kodwa umphathi wezokuxhumana kuleli qembu uMickey Modisane uqinidekisile ukuthi lo mgadli akalimalanga.

OLUNYE UDABA: Kumnandi ukuba ngumgadli ogadlayo - Majoro

“Yebo kuyiqiniso ukuthi uMajoro ubesengozini yemoto futhi imoto iyakhe kuthiwa ngeke isalungiseka, kodwa yena uphume engenamucu,”kusho uModisane,

UMajoro umdlali wesibili we-Orlando Pirates ukuthola ingozi ngemuva kokuthi uRooi Mahamutsa abe sengozini embi kakhulu eGoli ngenyanga edlule.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-21°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...