Usethole umsebenzi omusha uTinkler

2016-06-17 16:02

Cape Town – Umnikazi omusha weMpumalanga Black Aces uJohn Comitis ukuqinisekisile ukuthi u-Eric Tinkler useqokwe njengomqeqeshi omusha waleli qembu.

Lokhu kungemuva kokuba i-Orlando Pirates imemezele uMuhsin Ertugral njengomqeqeshi wayo.

Funda nalolu daba: Abadlali bePirates bathi sebephenduke inhlekisa

UComitis usedalule ukuthi uTinkler uzojoyina leli qembu eselizozinza eKapa ngemuva kokusayina intontileka yeminyaka emithathu.

"Mina, John Comitis ngijabule kakhulu ngokudalula ukuthi u-Eric Tinkler usezoba ngumqeqeshi weqembu elisha laseKapa,” ngokwesitatimende.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More clouds than sun. Mild. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-19°C Sunny. Mild. Bloem: 0-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 14-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...