Usazilolonga neqembu lakhe owathi usefuna ukuhamba

2017-07-02 15:48

Johannesburg - Kubikwa ukuthi umdlali ‘ongasalifuni’ iqembu lakhe usazilolonga nompetha be-Absa Premiership, iBidvest Wits.

UJabulani Shongwe ngenyanga edlule udalule ukuthi usefuna ukulishiya leli qembu ukuze ezothola iqembu azodlala kulona njalo.

OLUNYE UDABA: Ubuyela phesheya umdlali obesekukhulunywe okuningi ngaye

Iqembu lakhe elizinze eBraamfontein nalo lasamukela isicelo semenenja kaShongwe sokuba limkhulile nakuba inkontileka ingakaphelelwa yisikhathi – njengoba izophelelwa ngonyaka ozayo -  kodwa uma likhona iqembu elizimisele ngaye.

"[UJabulani Shongwe] usazilolonga nathi. Ngicabanga ukuthi usasezinhlelweni zomqeqeshi,” kusho umthombo ongaphakathi kuleli qembu utshela iKickOff.com.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 18-24°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...