Umqeqeshi ufuna iqembu lakhe liqede ngaphezulu kweChiefs

2016-05-11 13:30

Johannesburg - Umqeqeshi wePlatinum Stars uCavin Johnson akukho akufunayo ngaphandle kokuwina uma sebebhekene neBloemfontein Celtic namhlanje ebusuku ukuze bahlale bengaphezu kweKaizer Chiefs.

UJohnson uthi kuyinto ebaluleke kakhulu kubona ukuba iqembu liqede endaweni yesithathu kwilogi.

Funda nalolu daba: Kuthiwa umqeqeshi kade aqala ukuvikela uZongo

IChiefs ilandela iDikwena ngamaphuzu amabili kanti womabili lamaqembu asalelwe yimidlalo emibili kuphele isizji.

Lokhu kusho ukuthi iStars sidiga amaphuzu amahlanu ukuze kuphele isizini sisendaweni yesithathu, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...