UKomphela angayiwina iligi - Buthelezi

2017-09-16 14:38

Johannesburg - Owayengumdlali wasesiswini kwiKaizer Chiefs, uLinda Buthelezi, uthi uSteve Komphela angasithatha isicoco seligi uma engashintsha izinto ezithize enza ngazo.

IChiefs izobhekana nompetha beligi iBidevest Wits namhlanje, kanti abafana bakaGavin Hunt abakawini nowodwa umdlalo kule sisizini.

OLUNYE UDABA: Umqeqeshi wePirates uthi badlale njengokuba bebehlelile

Ngakolunye uhlangothi, iChiefs isandakushaya iCape Town City ngoLwesithathu ebusuku. UButhelezi uthi ukufuna ukuwina yinto ekubona bobabili laba baqeqeshi.

“Kuzoba umdlalo omnandi njengoba bobabili abaqeqeshi (uHunt noKomphela) befuna ukuwina ngaso sonke isikhathi,” esho ekhuluma neSoccer Laduma. “Ngeke bazipholele nje.”

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C High level clouds. Cool. Pta: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-33°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-29°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...