UKhoza uqinisekise eyekhefu elinikwe umqeqeshi

2016-04-07 18:30

Johannesburg - Usihlalo we-Orlando Pirates, u-Irvin Khoza, ukuqinisekisile namahlanje ukuthi iqembu linikeze umsizini kamqeqeshi, uTeboho Moloi, ikhefu elengiziwe.

UMoloi, osehlale kuleli qembu isikhathi eside, kanti usesebenze ngaphansi kwabaqeqeshi abaningi, kodwa akubukeki sengathi uzobekhona ukusiza uTinkler uma sekuphela isizini.

Funda nalolu daba: IPirates izohlangana nabakwaMeyiwa

UKhoza ukuqinisekisile ukunikwa kukaMoloi ikhefu, waphinde wathi kodwa yinto yesikhashana ngoba usenalo ikusasa kuleli qembu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C High level clouds. Cool. Pta: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-33°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-29°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...