UKekana uqokwe njengokaputeni omusha we-Sundowns

2016-08-08 13:34

Chloorkop - UHlompho Kekana usenikezwe ibhande lokuba ngukaputeni omusha weMamelodi Sundowns.

Lo mdlali,31, uyingxenye ebalulekile yethimba likaPitso Mosimane futhi ubonakalise okukhulu ukuzimisela njengomholi kuleli thimba.

OLUNYE UDABA:Siyameseka uZungu ngesinqumo sakhe - Ukaputeni

Ekhuluma nabe-Siya Crew, uKekana uthi ubengakulindele lokhu akutholile.

“Bengingakulindele lokhu, ngiyazi ukuthi ngizinikele ngakho konke okwami emidlalweni futhi ngihlezi ngifuna ukuwina ukuze sijabule siyiqembu, kusho yena.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Mild. Pta: 19-28°C Scattered showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 17-26°C Scattered showers. Morning clouds. Warm. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-29°C Breaks of sun late. Warm. PE: 18-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...